I-DA yesabisa ngokufaka isimangalo enkantolo ukuphikisana nokusayinwa komthetho iLand Expropriation Act nguMengameli Cyril Ramaphosa izolo ngoLwesine.
INdlulamithi ikhuluma esikhumbuzweni seminyaka ewu-146 yeMpi yaseSandlwana, eNquthu ngoLwesithathu, ithe isagonqile, iyoze iphume mhla ka-12 kuNhlolanja (February).
KUBIKWA ukuthi bangaphezulu kuka-22 000 abantu bangaphandle abagqunywe emajele aseNingizimu Afrika, kanti abawu-690 babo ...
INYANGA kaMasingana (January) imatasa kakhulu kubafundi abaphothule umatikuletsheni njengoba iningi labo lizama izikhala ...
Useyi-free agent umdlali weBafana Bafana uThabo Cele ngemuva kokwehlukana nekilabhu yaseRussia, iFakel Voronezh.
SIFANISWA nobulwane isigameko sowesilisa okuthiwa ugence wabulala uninakhulu, emsolwa ngokumthakatha eWelcome, ...
UPHIKO oluphenya amacala abucayi e-Eastern Cape luphenya isigameko sokudutshulwa kubulawe abantu abane esigamekweni esenzeke ngoLwesibili.
BAPHITHENE amakhanda abazali babafundi baseMabayane Secondary School, eNdwedwe, ngokunqwaha kwesikole nezitatimende ...
USEQALILE ukunyakazisa umhlaba uMnu Donald Trump, ogcotshwe ngoMsombuluko njengomengameli omusha we-United States of America.
I-African National Congress (ANC) iveze ukuthi amalungu ayo aKwaZulu Natal naseGauteng angagculisekile ngesinqumo sokwenza ...
BASAZOQHUBEKA nokugcinwa esitokisini abesilisa abawu-12 abashaqwe ngamaphoyisa ngoLwesihlanu eBhambayi ,eNanda, abasolwa ngokushaya babulale abesilisa abayisihlanu abangamalungu omphakathi. Izidumbu ...
SINIKWE ikhefu isisebenzi sakwaSouth African Social Security Agency (Sassa) esibe sematheni ngeledlule kulandela ukusabalala kwe-video yaso siqophisana nelungu lomphakathi ngendlela okumele senze ...